Esteri 3:14 - Contemporary Zulu Bible 202414 Ikhophi yombhalo womyalo oyakuphuma ezifundeni zonke, yaziswa kubo bonke abantu, ukuthi babe sebelungile ngalolo suku. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Impinda yokulotshiweyo yanikwa ukuba ibe yisimemezelo ezifundeni zonke, kumenyezelwe kubantu bonke ukuba bazilungiselele lolo suku. Gade chapit laIsiZulu 202014 Kwakukhona nomyalo othi kumele kwenziwe nezinye izincwadi zaleso sinqumo, zisiwe kuzo zonke izifundazwe kube ngumthetho, ukuze bonke abantu bazi ngawo, bame ngomumo ngalolo lusuku. Gade chapit la |