Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 2:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Lapho izintombi zibuthana ngokwesibili, uMoridekayi wahlala phansi esangweni lenkosi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Lapho izintombi sezibuthwa ngokwesibili, uMoridekayi wahlala esangweni lenkosi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Lapho izintombi ziqoqwa okwesibili, uMoridekhayi wayehleli esangweni lenkosi.

Gade chapit la Kopi




Esteri 2:19
6 Referans Kwoze  

Ngalezo zinsuku lapho uMoridekayi ehlezi esangweni lenkosi, izinceku ezimbili zenkosi, uBhigithani noTeresi, ababeqapha umnyango, bathukuthela bazama ukubeka isandla enkosini u-Ahashiveroshi.


Kodwa konke lokhu akungisizi ngalutho, lapho ngibona uMoridekayi umJuda ehlezi esangweni lenkosi.


Khona-ke uHamani waphuma ngalolo suku ejabula futhi enenhliziyo ejabulayo, kodwa lapho uHamani ebona uMoridekayi esangweni lenkosi ukuthi akasukumanga futhi akazange athuthumele ngenxa yakhe, uHamani wagcwala ulaka ngoMoridekayi.


UDaniyeli wayeseyicela enkosini, yabeka oShadiraki, noMeshaki, no-Abhedinego phezu kwezindaba zesifunda saseBabele; kodwa uDaniyeli wayehlezi esangweni lenkosi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite