Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 1:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Indlovukazi uVashiti yenzela abesifazane idili endlini yenkosi u-Ahashiveroshi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Naye uVashiti, inkosikazi, wenzela abesifazane idili endlini yenkosi u-Ahashiveroshi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Indlovukazi uVashiti yabenzela idili abesifazane basesigodlweni senkosi u-Ahasheveroshi.

Gade chapit la Kopi




Esteri 1:9
5 Referans Kwoze  

Uma ngifumene umusa emehlweni enkosi, futhi uma kukuhle enkosini ukunginika umkhuleko wami nokugcwalisa isicelo sami, inkosi noHamani mabeze esidlweni engibalungisele sona, futhi kusasa ngizobalungiselela. Yenza njengokusho kwenkosi.


U-Esteri wathi: “Uma kukuhle emehlweni enkosi, makeze inkosi noHamani namuhla esidlweni engiyilungisele yona.”


Kwathi ekubuseni kuka-Ahashiveroshi, ekuqaleni kokubusa kwakhe, bamlobela incwadi yecala kwabakhileyo kwaJuda naseJerusalema.


Ukuphuza kwakungokomthetho; kakho owaphoqelelayo, ngoba ngokunjalo inkosi yamisa bonke abalindi bendlu yayo ukuthi benze njengokuthanda kwalowo lalowo.


Kwathi ngosuku lwesikhombisa inhliziyo yenkosi isithokozile ngenxa yewayini, yayala oMehumani, noBistha, noHarbona, noBigita, no-Abagta, noSethari, noKarkase, izinduna eziyisikhombisa ezazikhonza phambi kwenkosi u-Ahashiveroshi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite