Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 1:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Kuyakuthi lapho isimemezelo senkosi eyakusenza saziwe embusweni wayo wonke (ngokuba mkhulu), bonke abesifazane bayakuhlonipha amadoda abo, amakhulu namancane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Lapho isimemezelo senkosi eyakusenza sesiyakuzwakala embusweni wayo wonke, ngokuba mkhulu bonke abafazi bayakuwahlonipha amadoda abo, amakhulu namancane.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Uma abantu kuwo wonke umbuso wakithi, njengoba umkhulu kangaka, bezwa ngaleso simemezelo, bonke abesifazane, noma ngabe bangabantukazana noma yizikhulu, bayobahlonipha abayeni babo.”

Gade chapit la Kopi




Esteri 1:20
8 Referans Kwoze  

Bafazi, thobelani amadoda enu, njengokufanele eNkosini.


Nokho-ke yilowo nalowo kini makathande umkakhe njengalokhu ezithanda yena; nomfazi makahloniphe indoda yakhe.


Bafazi, thobelani amadoda enu kungathi kukuyo iNkosi.


Bonke abantu bomuzi wakubo bayakumkhanda ngamatshe, afe; khona-ke kumelwe ususe ububi ngaphansi kwakho; wonke u-Israyeli uyakuzwa, esabe.


Bonke abantu bayokuzwa, besabe, bangabe besagabadela.


Leli zwi lalilungile emehlweni enkosi nasezikhulwini; inkosi yenza njengezwi likaMemukani.


Ngemva kwalezi zinto, lapho ulaka lwenkosi u-Ahashiveroshi selubohlile, wamkhumbula uVashiti nalokho ayekwenzile nalokho okwakunqunyelwe kuye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite