Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 1:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngokuba lesi senzo senkosikazi siyakufika kubo bonke abesifazane, baze badelele amadoda abo emehlweni abo, lapho kuthiwa: Inkosi u-Ahashiveroshi yayala ukuba kulethwe indlovukazi uVashiti phambi kwayo, kepha akafikanga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ngokuba le ndaba yenkosikazi iyakuphumela kubo bonke abesifazane ukuba amadoda abo adeleleke emehlweni abo, lapho kuthiwa inkosi u-Ahashiveroshi yamyala uVashiti, inkosikazi, ukuba alethwe phambi kwayo, kepha akafikanga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Uma abesifazane bakuzo zonke izizwe bezwa ukuthi uVashiti uziphathe kanje, kuzobenza ukuthi bonke abesifazane bangabe besabahlonipha abayeni babo, ngoba inkosi imbizile, yena wenqaba ukuza kuyo.

Gade chapit la Kopi




Esteri 1:17
5 Referans Kwoze  

Nokho-ke yilowo nalowo kini makathande umkakhe njengalokhu ezithanda yena; nomfazi makahloniphe indoda yakhe.


Kwathi umphongolo kaJehova ufika emzini kaDavide, uMikhali indodakazi kaSawule walunguza efasiteleni, wabona inkosi uDavide yeqa, isina phambi kukaJehova; wamdelela enhliziyweni yakhe.


Kwathi ekubuseni kuka-Ahashiveroshi, ekuqaleni kokubusa kwakhe, bamlobela incwadi yecala kwabakhileyo kwaJuda naseJerusalema.


UMemukani waphendula phambi kwenkosi nezikhulu: Indlovukazi uVashiti akonanga inkosi kuphela, kepha nakuzo zonke izikhulu, nakubantu bonke abakuzo zonke izifunda zenkosi u-Ahashiveroshi.


Ngokufanayo, amakhosikazi asePheresiya naseMediya ayakusho namuhla kuzo zonke izikhulu zenkosi ezizwe ngesenzo sendlovukazi. Ngaleyo ndlela kuzovela ukwedelela okukhulu nentukuthelo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite