Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 1:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 ukuletha uVashiti indlovukazi phambi kwenkosi ephethe umqhele wobukhosi ukuze abonise abantu nezikhulu ubuhle bakhe, ngoba wayemuhle ukumbona.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 ukuba zimlethe uVashiti inkosikazi phambi kwenkosi, abe nomqhele wobukhosi ukuba abonise abantu nezikhulu ubuhle bakhe, ngokuba wayebukeka kahle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 ukuba balethe indlovukazi uVashiti ifake umqhele wobundlovukazi. Indlovukazi yayingowesifazane omuhle, inkosi yayifuna ukubukisa ngobuhle bayo kubantu nasezikhulwini.

Gade chapit la Kopi




Esteri 1:11
9 Referans Kwoze  

Ubuhle buyinkohliso, nobuhle buyize; kepha owesifazane owesaba uJehova uyakudunyiswa.


Inhliziyo yomuntu iceba indlela yakhe, kepha uJehova uqondisa izinyathelo zakhe.


Makulethwe ingubo yobukhosi inkosi eyembathayo, nehhashi eligibele inkosi, nomqhele wobukhosi obekwe ekhanda layo.


Kepha kwa-Israyeli wonke kwakungekho muntu otusekayo njengo-Abisalomu ngobuhle bakhe; kusukela ematheni ezinyawo zakhe kuze kufike okhakhayini lwekhanda lakhe akantulanga.


Igama lalowo muntu lalinguNabali; igama lomkakhe lalingu-Abigayili; futhi wayengowesifazane onengqondo enhle futhi ebukekayo; wayengowendlu kaKalebi.


Inkosi yamthanda u-Esteri ngaphezu kwabo bonke abesifazane, wathola umusa nesihe emehlweni ayo ngaphezu kwazo zonke izintombi; wayesemthwesa umqhele wobukhosi, wamenza indlovukazi esikhundleni sikaVashiti.


Kepha indlovukazi uVashiti yenqaba ukuza ngesiyalezo senkosi ngesandla sezinceku zayo; ngalokho inkosi yathukuthela kakhulu, nentukuthelo yayo yavutha phakathi kwayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite