Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




EkaJakobe 5:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Mazi ukuthi obuyisa isoni ekudukeni kwendlela yaso uyakusindisa umphefumulo ekufeni, asibekele izono eziningi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 yazini ukuthi obuyisile isoni ekudukeni kwendlela yaso uyakusindisa umphefumulo wakhe ekufeni, asibekele izono eziningi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 yazini ukuthi lowo obuyise isoni ekudukeni kwaso endleleni uyakusindisa umphefumulo wakhe ekufeni, asibekele izono eziningi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

20 Mazi ukuthi obuyisa isoni ekudukeni kwendlela yaso uyakusindisa umphefumulo ekufeni, asibekele izono eziningi.

Gade chapit la Kopi




EkaJakobe 5:20
18 Referans Kwoze  

Phezu kwakho konke yibani nothando oluvuthayo phakathi kwenu, ngokuba uthando lusibekela inqwaba yezono.


Inzondo izala ukuxabana, kodwa uthando lusibekela zonke izono.


Ziqaphele wena nesifundiso; hlala kuzo, ngokuba ngokwenza lokho uyakuzisindisa wena nabakuzwayo.


uma mhlawumbe ngingabavusela umona abenyama yami, ngisindise abanye kubo.


Isithelo solungileyo singumuthi wokuphila; nozuza imiphefumulo uhlakaniphile.


Bazalwane, uma omunye kini eduka eqinisweni, omunye ambuyise;


Khona lapho inkanuko isithathile, ibeletha isono;


Kwababuthakathaka ngaba njengobuthakathaka, ukuze ngizuze ababuthakathaka;


Inotho ayisizi ngosuku lolaka, kodwa ukulunga kophula ekufeni.


Ihubo likaDavide uMaskili. Ubusisiwe osiphambeko sakhe sithethelelwe, osono sakhe sisitshekelwe.


Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Ozwa izwi lami, akholwe ngongithumileyo, unokuphila okuphakade, akayi ekwahlulelweni; kodwa wedlulile ekufeni wangena ekuphileni.


Ingcebo yobubi ayisizi lutho, kepha ukulunga kusindisa ekufeni.


Mina Pawuli ngikulobile ngesami isandla, mina ngizakubuyisela;


Ubusisiwe, ungcwele onesabelo ekuvukeni kokuqala; phezu kwabanjalo ukufa kwesibili akunamandla, kepha bayakuba ngabapristi bakaNkulunkulu nabakaKristu, babuse kanye naye iminyaka eyinkulungwane.


Osibekela isiphambeko ufuna uthando; kepha ophinda indaba wehlukanisa abangane abaningi.


Ngokuba kuthe ekuhlakanipheni kukaNkulunkulu izwe alimazanga uNkulunkulu ngokuhlakanipha, kwaba kuhle kuNkulunkulu ukusindisa abakholwayo ngobuwula bentshumayelo.


Ngakho-ke lahlani konke ukungcola nokuchichima kobubi, namukele ngobumnene izwi eligxunyekiweyo, elinamandla okusindisa imiphefumulo yenu.


Umkhuleko wokukholwa uyakumsindisa ogulayo, iNkosi imvuse; uma enzile izono, uyakuthethelelwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite