Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




EkaJakobe 4:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ngokuba nifanele ukuthi: Uma iNkosi ithanda, siyakuphila, senze lokhu nalokhuya.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Nga nisho nithi: “Uma iNkosi ithanda, siphila, siyakwenza lokhu nalokho.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Empeleni ngabe nithi: “Uma iNkosi ithanda, siyakuphila, senze lokhu nalokhuya.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Ngokuba nifanele ukuthi: Uma iNkosi ithanda, siyakuphila, senze lokhu nalokhuya.

Gade chapit la Kopi




EkaJakobe 4:15
10 Referans Kwoze  

Kunamacebo amaningi enhliziyweni yomuntu; nokho icebo likaJehova liyakuma.


Futhi lokhu siyakukwenza, uma uNkulunkulu evuma.


Ngubani othi, kwenzeke, uma iNkosi ingakuyali na?


Kodwa wabavalelisa, wathi: “Ngimelwe nakanjani ukugcina lo mkhosi ozayo eJerusalema, kepha ngiyakubuyela kini, uma uNkulunkulu ethanda. Wamuka ngomkhumbi e-Efesu.


ngincenga ukuthi, mhlawumbe mhlawumbe khathesi ngiphumelele uhambo oluphumelelayo ngentando kaNkulunkulu, lokuza kini.


Ngokuba angithandi ukunibona manje ngidlula; kodwa ngiyethemba ukuhlala kini isikhathi, uma iNkosi ivuma.


ukuze ngize kini ngentokozo ngentando kaNkulunkulu, ngiqabuleke kanye nani.


Kodwa ngizakuza kini masinyane, uba iNkosi ithanda, njalo ngizakwazi, ingasi inkulumo yabakhukhumeleyo, kodwa amandla.


Kepha manje niyazibonga ngokuzigabisa kwenu; konke ukuzibonga okunjalo kubi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite