Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




EkaJakobe 2:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Kodwa uyathanda yini ukwazi wena muntu oyize, ukuthi ukholo olungelamisebenzi lufile?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Kepha wena muntu ongelutho uyathanda ukuqonda ukuthi ukukholwa ngaphandle kwemisebenzi kuyize na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Siwula ndini, uyathanda yini ukwazi ukuthi ukukholwa okungenayo imisebenzi kuyize na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

20 Kodwa uyathanda yini ukwazi wena muntu oyize, ukuthi ukholo olungelamisebenzi lufile?

Gade chapit la Kopi




EkaJakobe 2:20
16 Referans Kwoze  

Ngokuba njengalokhu umzimba ngaphandle komoya ufile, kanjalo nokukholwa ngaphandle kwemisebenzi kufile.


Kanjalo nokukholwa, uma kungenayo imisebenzi, kufile kukodwa.


Olima umhlabathi wakhe uyosutha ngesinkwa;


Ngokuba sebemazi uNkulunkulu, kabamdumisanga njengoNkulunkulu, kababonganga; kodwa baba yize emicabangweni yabo, nenhliziyo yabo ewubuwula yaba mnyama.


Ngokuba uma umuntu ezishaya utho, engelutho, uyazikhohlisa.


Uma umuntu phakathi kwenu ecabanga ukuthi unokholo, engalubambi ngetomu ulimi lwakhe, ekhohlisa eyakhe inhliziyo, ukukholwa kwalowo kuyize.


Ngokuba baningi abangalaleliyo nabakhuluma okuyize nabakhohlisi, ikakhulukazi abokusoka;


okukhona abanye sebephambukile baphambukela enkulumeni eyize;


Xwayani funa kube khona oniphanga ngokuhlakanipha nangenkohliso eyize, ngokwesiko labantu, ngezifundiso zokucathula zezwe, kungengokukaKristu.


Usho kanje uJehova, uthi: “Buni ububi oyihlo ababufumana kimi, baze basuka kude nami, balandela okuyize, baba yize, na?


Ngokuba kuKristu Jesu ukusoka nokungasoki akulutho; kodwa ukholo olusebenza ngothando.


Ngakho siphetha ngokuthi umuntu ulungisiswa ngokholo ngaphandle kwemisebenzi yomthetho.


Kodwa wena muntu, ungubani wena ophendula ngoNkulunkulu? Okubunjiweyo kungasho yini kowakubumbayo ukuthi: ‘Ungenzeleni kanjalo na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite