Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




EkaJakobe 1:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Ngokuba uyazibuka, asuke, akhohlwe masinyane ukuthi ubengumuntu onjani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 ngokuba uyazibuka, amuke, akhohlwe masinyane ukuthi wayengonjani.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 uyazibuka, athi angahamba, akhohlwe masinyane ukuthi ubenjani.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

24 Ngokuba uyazibuka, asuke, akhohlwe masinyane ukuthi ubengumuntu onjani.

Gade chapit la Kopi




EkaJakobe 1:24
8 Referans Kwoze  

Ngakho njengoba zonke lezi zinto zizancibilika, kufanele libe ngabantu abanjani ekuhambeni konke okungcwele lokumesaba uNkulunkulu?


Kwathi ekubona lokho umFarisi owayembizile, wakhuluma phakathi kwakhe, wathi: “Lona, ukuba ubengumprofethi, ngabe uyazi ukuthi ungubani nokuthi unjani owesifazane omthintayo, ngokuba uyisoni.


Bonke abazizwayo bakubeka ezinhliziyweni zabo, bethi: “Lo mntwana uyakuba yini na? Futhi isandla sikaJehova sasinaye.


Ngokuba ivangeli lethu alifikanga kini ngezwi kuphela, kodwa nangamandla, nangoMoya oNgcwele, nangokuqiniseka okukhulu; njengokuba nazi ukuthi sasinjani phakathi kwenu ngenxa yenu.


Kepha abantu bamangala, bathi: “Umuntu onjani lo ukuthi nemimoya nolwandle kuyamlalela na?


Wayesethi kuSeba noSalimuna: “Babengobani laba enababulala eThabori na? Base bephendula bathi: “Njengoba unjalo, babenjalo; ngamunye wayebukeka njengabantwana benkosi.


Ngokuba uma umuntu engolizwayo izwi, engeyena umenzi, lowo ufana nomuntu obuka ubuso bakhe bemvelo engilazini;


Kepha obheka emthethweni opheleleyo wenkululeko, aqhubeke kuwo, engesiye ozwayo okhohlwayo, kodwa umenzi womsebenzi, lowo uyakuba-busisiwe ekwenzeni kwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite