Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




EkaJakobe 1:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Umuntu olingwayo makangasho ukuthi: Ngiyengwa nguNkulunkulu;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Umuntu oyengwayo makangasho ukuthi: “Ngiyengwa nguNkulunkulu,” ngokuba uNkulunkulu angeyengwe ngokubi, naye uqobo akayengi muntu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Makungabi bikho muntu othi uma elingwa, athi: “Ngilingwa nguNkulunkulu,” ngokuba uNkulunkulu angelingwe ngokubi, naye luqobo kalingi muntu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Umuntu olingwayo makangasho ukuthi: Ngiyengwa nguNkulunkulu;

Gade chapit la Kopi




EkaJakobe 1:13
9 Referans Kwoze  

Ubusisiwe umuntu okhuthazela ekulingweni, ngokuba lapho esevivinyiwe uyakwamukeliswa umqhele wokuphila iNkosi ewuthembisile kwabayithandayo.


Bazalwane bami, nxa nehlelwa yizilingo ngezilingo, anothi kuyinjabulo yodwa;


O Jehova, usidukiseleni ezindleleni zakho, wenze lukhuni izinhliziyo zethu ekukwesabeni na? Buya ngenxa yezinceku zakho, izizwe zefa lakho.


Wayesethi umuntu: “Owesifazane onginike yena ukuba abe nami, nguyena owangipha emthini, ngadla;


Emva kwalokho uNkulunkulu wamlinga u-Abrahama, wathi kuye: “Abrahama! wathi: “Bheka, ngilapha.”


UJesu wathi kuye: Kulotshiwe futhi ukuthi: Ungayilingi iNkosi uNkulunkulu wakho.


Kodwa yilowo nalowo uyalingwa ehungwa ehungwa ngezakhe izinkanuko.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite