Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 96:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Mnikeni uJehova, zizukulwane zabantu, mnikeni uJehova inkazimulo namandla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Mnikeni uJehova nina mindeni yabantu, mnikeni uJehova inkazimulo namandla.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Nina mindeni yabantu nikani uSimakade, mnikeni uSimakade inkazimulo namandla.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 96:7
17 Referans Kwoze  

Emva kwalokho ngezwa izwi elikhulu lesixuku esikhulu ezulwini, lithi: “Haleluya! Insindiso, nenkazimulo, nodumo, namandla, makube eNkosini uNkulunkulu wethu;


Ungasingenisi ekulingweni, kodwa usikhulule kokubi, ngokuba umbuso ungowakho, namandla, nenkazimulo, kuze kube phakade. Amen.


Bahlabelela isihlabelelo esisha, bethi: Ufanele ukuyithatha incwadi nokuvula izimpawu zayo, ngokuba wahlatshwa, wasihlengela uNkulunkulu ngegazi lakho abavela kuzo zonke izizwe, nezilimi, nabantu, isizwe;


Yonke imikhawulo yomhlaba iyokukhumbula futhi iphendukele kuJehova, futhi yonke imindeni yezizwe iyakukhuleka phambi kwakho.


Bethi: Amen: Isibusiso, nenkazimulo, nokuhlakanipha, nokubonga, nodumo, namandla, namandla makube kuNkulunkulu wethu kuze kube phakade naphakade. Amen.


Konke okusezulwini, nasemhlabeni, naphansi komhlaba, nokuselwandle, nakho konke okukukho, ngakuzwa, ngithi: Makube kini isibusiso, nodumo, nenkazimulo, namandla. Ohlezi esihlalweni sobukhosi nakulo iWundlu kuze kube phakade naphakade.


Ngezwa kungathi izwi lesixuku esikhulu, kungathi izwi lamanzi amaningi, nanjengezwi lokuduma okukhulu, lithi: “Haleluya!


Lithi ngezwi elikhulu: Mesabeni uNkulunkulu, nimnike inkazimulo; ngokuba ihora lokwahlulela kwakhe selifikile, nikhuleke kuye owenza izulu, nomhlaba, nolwandle, nemithombo yamanzi.


Makube kuye inkazimulo namandla kuze kube phakade naphakade. Amen.


Udumo kuNkulunkulu kweliphezulu, nokuthula emhlabeni kubantu abathakazelelwayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite