Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 95:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Esandleni sakhe kukhona ukujula komhlaba; namandla ezintaba angawakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Esandleni sakhe kukhona ukujula komhlaba; iziqongo zezintaba ngezakhe nazo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Esandleni sakhe kukhona izinzulu zomhlaba, neziqongo zezintaba ngezakhe nazo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 95:4
11 Referans Kwoze  

Konke uJehova akuthandayo wakwenza ezulwini nasemhlabeni, olwandle nasezikhukhuleni zonke zezwe.


Izintaba zakubona, zathuthumela; isikhukhula samanzi sadlula; uZamcolo waphakamisa izwi lakhe, waphakamisa izandla zakhe phezulu.


Wema walinganisa umhlaba; izintaba zaphakade zahlakazwa, amagquma aphakade akhothama; izindlela zakhe ziphakade.


abanyakazisa izintaba, bona abazi; obagumbuqela ngentukuthelo yakhe.


Izintaba ziyathuthumela ngenxa yakhe, namagquma ayancibilika, nomhlabathi uyasha phambi kobuso bakhe, yebo, umhlaba nabo bonke abahlala kuwo.


Izintaba ziyoncibilika phansi kwakhe, nezigodi ziqhekezeke, njengengcina phambi komlilo, nanjengamanzi athululelwa endaweni eyehlelayo.


Izintaba zancibilika njengengcina phambi kweNkosi, phambi kweNkosi yomhlaba wonke.


obopha izintaba ngamandla akhe; ebhince amandla:


Uma enquma, abophe, abophe, abuthe, ngubani ongamvimba na?


Wamnika isifiso senhliziyo yakhe, kawusigodlanga isicelo sezindebe zakhe. Sela.


Wena ongenze ngabona izinhlupheko ezinkulu nezibuhlungu, uyakungiphilisa, ungikhuphule ekujuleni komhlaba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite