Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 94:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 UJehova uyayazi imicabango yomuntu ukuthi iyize.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 UJehova uyayazi imicabango yabantu ukuba ingumoya nje.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 USimakade uyayazi imicabango yabantu ukuthi ingumoya nje.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 94:11
9 Referans Kwoze  

Futhi: INkosi iyayazi imicabango yabahlakaniphileyo ukuthi iyize.


Ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Ngiyakuchitha ukuhlakanipha kwabahlakaniphileyo, nokuqonda kwabahlakaniphileyo ngikwenze ize.


Ngokuba ubuwula bukaNkulunkulu buhlakaniphe kunabantu; futhi ubuthakathaka bukaNkulunkulu bunamandla kunabantu.


Ngokuba kuthe ekuhlakanipheni kukaNkulunkulu izwe alimazanga uNkulunkulu ngokuhlakanipha, kwaba kuhle kuNkulunkulu ukusindisa abakholwayo ngobuwula bentshumayelo.


Yebo, ngenxa yakho siyabulawa usuku lonke; sibalwa njengezimvu ezihlatshiweyo.


Ngokuba ngiyazazi izenzo zabo nemicabango yabo; kuyofika lapho ngiyobutha zonke izizwe nezilimi; futhi bazakuza babone inkazimulo yami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite