Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 90:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Umsebenzi wakho mawubonakale ezincekwini zakho nodumo lwakho kubantwana bazo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Izenzo zakho mazibonakale kuzo izinceku zakho, nenkazimulo yakho kubantwana bazo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Izenzo zakho mazibonakale kuzo izinceku zakho, nenkazimulo yakho, kubantwana bazo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 90:16
10 Referans Kwoze  

Jehova, ngizwile izwi lakho, ngesaba; Jehova, mawuphile umsebenzi wakho phakathi kweminyaka, wazise phakathi kweminyaka; olakeni khumbula umusa.


Kumholi wokuhlabelela wamadodana kaKora, iMasigili. Sizwile ngezindlebe zethu, Nkulunkulu, ukuthi obaba basitshela umsebenzi owawenza emihleni yabo, emihleni yasendulo.


Uyidwala, umsebenzi wakhe uphelele, ngokuba zonke izindlela zakhe ziwukulunga; uNkulunkulu weqiniso ongenabubi, ulungile, ulungile yena.


Ngokuba wena Jehova uyangithokozisa ngomsebenzi wakho; ngiyakunqoba ngemisebenzi yezandla zakho.


Ngiyakuzindla ngawo wonke umsebenzi wakho, ngikhulume ngezenzo zakho.


Bhekani, namuhla ngihamba ngendlela yomhlaba wonke, niyazi ngenhliziyo yenu yonke nangomphefumulo wenu wonke ukuthi akuphuthanga nento eyodwa kuzo zonke izinto ezinhle uJehova uNkulunkulu wenu azikhulumile ngani; konke kwenzeke kuwe, akuphuthanga nento eyodwa kukho.


Abancane benu enasho ukuthi bayakuba yimpango, nabantwana benu ababengakwazi ngalolo suku okuhle nokubi bayakungena khona, ngibanike lona, balidle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite