Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 9:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Hlabelelani kuJehova ohlezi eSiyoni; memezelani phakathi kwezizwe izenzo zakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Hubani nimdumise uJehova ohlezi eSiyoni; memezelani ezizweni izenzo zakhe ezinkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Hubelani uSimakade ohlezi eZiyoni; memezelani izenzo zakhe phakathi kwabantu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 9:11
20 Referans Kwoze  

Mabanikele imihlatshelo yokubonga, bamemezele imisebenzi yakhe ngokuthokoza.


Hlabelelani inkazimulo yegama lakhe, khulisani udumo lwakhe.


Angiyikufa, kepha ngiyakuphila, ngishumayele imisebenzi kaJehova.


Yishoni phakathi kwezizwe ukuthi uJehova uyinkosi; Uzakwahlulela izizwe ngokulunga.


Wozani nibone izenzo zikaNkulunkulu; uyesabeka ngezenzo zakhe kubantwana babantu.


Futhi liseSalema itabernakele lakhe nendawo yakhe yokuhlala iseSiyoni.


Ngase ngibona, bheka, iWundlu limi entabeni yaseSiyoni, kumi kanye nalo abayizinkulungwane eziyikhulu namashumi amane nane, benegama likaYise lilotshwe emabunzini abo.


Khona-ke izithunywa zesizwe ziyoziphendula zithini? Ukuthi uJehova umisile iSiyoni, futhi abampofu babantu bakhe bayothembela kulo.


Kepha wakhetha isizwe sakwaJuda, iNtaba yaseSiyoni ayithandayo.


Ngibazisile igama lakho, futhi ngizakulazisa ukuba uthando ongithande ngalo lube kubo, nami ngibe kubo.


Kepha nize entabeni yaseSiyoni, nasemzini kaNkulunkulu ophilayo, iJerusalema lasezulwini, naseviyo lezingelosi ezingenakubalwa.


Ngoba engithanda, ngakho ngizamsindisa; ngiyakumphakamisa, ngokuba elazi iGama lami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite