Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 89:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Wena ubusa phezu kolwandle olubilayo; ekuphakameni kwamagagasi awo, Uyawathulisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Wena uyabusa ukukhukhumala kolwandle; uma kuphakama amadlambi alo, uyawathulisa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Wena ubusa amadlambi olwandle lapho amaza alo ephakama, Wena uyawathulisa.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 89:9
14 Referans Kwoze  

othulisa ukuhlokoma kolwandle, ukuhlokoma kwamaza abo nokuhlokoma kwabantu.


Basesaba ngokwesaba okukhulu, bathi omunye komunye: “Ubani lo, ukuthi nomoya nolwandle kumlalele?


Wasevuka, wawukhuza umoya, wathi kulo ulwandle: Thula, uthi cwaka. Umoya wanqamuka, kwaba khona ukuthula okukhulu.


INkosi ihlezi phezu kukazamcolo; yebo, uJehova ubusa kuze kube phakade.


Uyakhuza ulwandle, alomise, ayomise nemifula yonke; iBashani liyabuna neKarmeli, nembali yaseLebanoni iyabuna.


Sebengenile emkhunjini, umoya wanqamuka.


Ngubani onjengoJehova uNkulunkulu wethu, ohlala phezulu,


Ukulunga kuyakuba yibhande lezinkalo zakhe, nokuthembeka kube ibhande lezinkalo zakhe.


Wena uhawukela izinkulungwane, uphindisele ububi bawoyise esifubeni sabantwana babo emva kwabo: oMkhulu, uNkulunkulu onamandla, uJehova Sebawoti, igama lakhe,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite