Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 89:42 - Contemporary Zulu Bible 2024

42 Uphakamisile isandla sokunene sabamelene naye; Uthokozise izitha zakhe zonke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 Uphakamisile esokunene sabamelene naye, wajabulisa zonke izitha zakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

42 Uphakamise esokunene sezitha zakhe, wajabulisa zonke izitha zakhe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 89:42
10 Referans Kwoze  

Uyasixabanisa nabakhelwane bethu, nezitha zethu zisihleke zodwa.


Nabakhileyo emhlabeni bayakujabula ngabo, bajabule, bathumele izipho omunye komunye; ngoba laba baprofethi ababili babahlupha abakhileyo emhlabeni.


Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Niyakukhala nilile, kepha izwe liyakujabula;


UJehova wenza njengokucabanga kwakhe; Wafeza izwi lakhe ayala ngalo ezinsukwini zasendulo: Wawisa, akabanga namusa; futhi Wenza isitha senu sajabula ngani, waphakamisa uphondo lwezitha zenu.


Koze kube nini ngizindla emphefumulweni wami, nginosizi enhliziyweni yami, na? koze kube nini isitha sami singibusa na?


Umfokazi ophakathi kwakho uyakuphakama kakhulu phezu kwakho; futhi uzokwehla kakhulu.


UJehova uyakuninqoba phambi kwezitha zenu, niphume ukulwa nazo ngendlela eyodwa, nizibaleke ngezindlela eziyisikhombisa, ninyakazeke emibusweni yonke yomhlaba.


Ngiyakwehlisela phezu kwenu inkemba eyakuphindisela ukulwa kwesivumelwano sami; lapho senibuthene emizini yenu, ngiyakuthuma isifo phakathi kwenu; uyakunikelwa esandleni sesitha.


Ngiyakubeka ubuso bami bumelane nani, nibulawe phambi kwezitha zenu; abakuzondayo bayakubusa phezu kwakho; niyobaleka uma kungekho onixoshayo.


Izingulube zehlathi ziyawudla, nezilwane zasendle ziyawudla zawuqeda.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite