Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 89:40 - Contemporary Zulu Bible 2024

40 Udilizile zonke izindonga zakhe; Uchithile izinqaba zalo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Udilizile zonke izindonga zakhe, wazenza izinqaba zakhe zaba yincithakalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

40 Udilize zonke izindonga zakhe, wazenza izinqaba zakhe zaba yincithakalo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 89:40
10 Referans Kwoze  

Uzidilizeleni izintango zawo, ukuze bonke abadlula ngendlela bawukhe, na?


UJehova wagwinya zonke izindlu zikaJakobe, akaba namusa kuye; ngentukuthelo yakhe yadiliza izinqaba zendodakazi yakwaJuda; Wabayisa emhlabathini; Wangcolisa umbuso nezikhulu zawo.


UJehova unjengesitha, wadla u-Israyeli, wadla zonke izindlu zakhe zobukhosi;


Kawunalo yini uthango nxazonke zakhe lendlu yakhe laphezu kwakho konke akwenzileyo inhlangothi zonke? Wawubusisa umsebenzi wezandla zakhe, nempahla yakhe yanda ezweni.


Ngalezo zikhathi kwakungekho ukuthula kophumayo nakongenayo, kepha ukuhlupheka okukhulu kwaba phezu kwabo bonke abakhileyo kulelo zwe.


Yangihlubula inkazimulo yami, yathatha umqhele ekhanda lami.


Ngiyakuthulula phezu kwakho ukufutheka kwami, ngikuvuthele ngomlilo wokufutheka kwami, ngikunikele esandleni sabantu abayizihlakaniphi nabanekhono lokubhubhisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite