Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 89:39 - Contemporary Zulu Bible 2024

39 Uchithile isivumelwano senceku yakho; Ungcolise umqhele wakhe ngokuwuphonsa phansi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 Uchithile isivumelwano senceku yakho, wadumaza umqhele wayo, wawuphonsa emhlabathini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

39 Usichithile isivumelwano senceku yakho, wawungcolisa othulini umqhele wayo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 89:39
12 Referans Kwoze  

Umqhele uwile emakhanda ethu; maye kithina ukuthi sonile!


Baphonsa umlilo endlini yakho engcwele, bayingcolisa ngokuwisa phansi indawo yokuhlala yegama lakho.


UJesu waphendula wathi kuye: Engikwenzayo kawukwazi khathesi; kodwa uzakwazi emva kwalokhu.


Ngalokho ngangcolisa izikhulu zendlu engcwele, ngamnikela uJakobe esiqalekisweni, no-Israyeli ehlazweni.


Iyakudiliza inqaba yenqaba ephakemeyo yezindonga zakho, iyibeke phansi, iyiwise phansi, othulini.


Ngokuba isitha sizingele umphefumulo wami; Washaya ukuphila kwami phansi; Wangihlalisa ebumnyameni njengabafa kudala.


Ngathi ngokuphangisa kwami: Bonke abantu banamanga.


Wayiqeda inkazimulo yakhe, wawisa phansi isihlalo sakhe sobukhosi.


Ngase ngithi: Lokhu kungubuthakathaka bami, kepha ngiyakukhumbula iminyaka yesandla sokunene soPhezukonke.


Uyasisusa esitheni, nabasizondayo baziphange bona.


Uwazisile abantu bakho izinto ezilukhuni, wasiphuzisa iwayini elimangalisayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite