Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 89:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 Angiyikwephula isivumelwano sami, nokuphuma emlonyeni wami angiyikukuguqula.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Angiyikwaphula isivumelwano sami, nokuphumileyo ezindebeni zami angiyikukuguqula.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

34 Isivumelwano sami angiyukusaphula, nengikukhiphe ngezindebe zami angiyukukuguqula.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 89:34
11 Referans Kwoze  

UNkulunkulu akasiye umuntu ukuba aqambe amanga; nendodana yomuntu ukuba iphenduke; wathi futhi ngeke? noma ukhulumile angalungisi na?


Izipho zonke ezinhle neziphiwo zonke ezipheleleyo zivela phezulu, zehla kuYise wokukhanya okungekho kuye ukuguquka nasithunzi sokuphenduka.


Kuyakudlula izulu nomhlaba, kepha amazwi ami awasoze adlula.


Ngokuba mina Jehova angiguquki; ngalokho amadodana akho kaJakobe awaqedwanga.


Ngokuba izipho nokubiza kukaNkulunkulu akukhona ukuphenduka.


Ungasinyanyi ngenxa yegama lakho, ungasijabhisi isihlalo sobukhosi senkazimulo yakho; khumbula, ungaphuli isivumelwano sakho nathi.


Kepha nokho, uma besezweni lezitha zabo, angiyikubalahla, angiyikunengwa ngabo, ngokubashaya ngesiqalekiso, ngaphule isivumelwano sami nabo; ngoba nginguJehova uNkulunkulu wabo.


Usho kanje uJehova, uthi: “Uma nisephula isivumelwano sami semini nesivumelwano sami sobusuku, kungabikho imini nobusuku ngesikhathi sako;


Kepha umusa wami awuyikusuka kuye, njengalokho ngawususa kuSawule, engawususa phambi kwakho.


Futhi ngenxa yalokho ngiyocindezela inzalo kaDavide, kodwa hhayi kuze kube phakade.


Mina ngizakuba nguyise, yona ibe yindodana yami;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite