Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 89:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Khona-ke ngiyojezisa iziphambeko zabo ngenduku nangobubi babo ngemivimbo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 ngiyakuhambela izono zabo ngenduku, namacala abo ngemivimbo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 ngiyakujezisa iziphambeko zabo ngenduku, namacala abo ngemivimbo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 89:32
13 Referans Kwoze  

Mina ngizakuba nguyise, yona ibe yindodana yami. Uma enza okubi, ngiyakumshaya ngenduku yabantu nangemivimbo yamadodana abantu;


Ngazi wena wedwa ezizukulwaneni zonke zomhlaba; ngalokho ngiyakunihambela ngabo bonke ububi benu.


Futhi ngenxa yalokho ngiyocindezela inzalo kaDavide, kodwa hhayi kuze kube phakade.


UJehova wamvusela uSolomoni isitha, uHadadi wakwa-Edomi; wayengowozalo lwenkosi kwa-Edomi.


Makathathe udondolo lwakhe kimi, futhi ukwesaba kwakhe makungangethusi.


Wathi kuJerobowamu: “Zithathele izingxenye eziyishumi, ngokuba usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: ‘Bheka, ngiyakudabula umbuso esandleni sikaSolomoni, ngikunike izizwe eziyishumi;


USolomoni wenza okubi emehlweni kaJehova, akamlandelanga uJehova ngokupheleleyo njengoDavide uyise.


Hamba manje, uhole abantu, ubayise endaweni engakhuluma ngayo kuwe; bheka, iNgelosi yami ihamba phambi kwakho; kepha mhla ngibahambela, ngiyakubahambela ngesono sabo.


Kepha uma nichezuka kimi nangayiphi indlela, nina nabantwana benu, nemiyalo yami nezimiso zami engizibeka phambi kwenu, ningagcini, kepha hambani nikhonze abanye onkulunkulu, nibakhothamele.


Senze okubi kakhulu kuwe, asigcinanga imiyalo, nezimiso, nezahlulelo, owayala ngakho inceku yakho uMose.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite