Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 86:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ngokuba umusa wakho mkhulu kimi, uwukhululile umphefumulo wami endaweni yabafileyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Ngokuba umusa wakho mkhulu phezu kwami, ukhululile umphefumulo wami endaweni yabafileyo ephansi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 ngokuba umusa wakho phezu kwami mkhulu, ukhulule umphefumulo wami endaweni yabafileyo ephansi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 86:13
17 Referans Kwoze  

Omakhelwane bakhe nabazala bakhe bezwa ukuthi iNkosi yenze isihawu esikhulu kuye; basebethokoza kanye laye.


Ngokuba uwusindisile umphefumulo wami ekufeni; Awuyikukhulula izinyawo zami ekuweni, ukuze ngihambe phambi kukaNkulunkulu ekukhanyeni kwabaphilayo na?


Ngokuba uwukhululile umphefumulo wami ekufeni, amehlo ami ezinyembezini, nezinyawo zami ekuweni.


Ngokuba umusa wakho mkhulu kuze kube sezulwini, nokuthembeka kwakho emafwini.


Iyakukhulula umphefumulo wayo ekuyeni egodini, nokuphila kwayo kuyobona ukukhanya.


nokulinda iNdodana yakhe ivela ezulwini, ayivusa kwabafileyo, uJesu osikhulula olakeni oluzayo.


Jehova, uwuphakamisile umphefumulo wami eHayidese; Wangigcina ngiphila, ukuze ngingehlele egodini.


Ngokuba awuyikushiya umphefumulo wami esihogweni; futhi ngeke uvumele oNgcwele wakho abone ukonakala.


Ungilalise egodini eliphansi kakhulu, ebumnyameni, ekujuleni.


Ngemva kwalokho waba lesihawu kuye, wathi: “Mkhulule ekwehleleni egodini; ngithole inhlawulo.”


Bheka, nganginomunyu omkhulu ngenxa yokuthula, kepha wawusindisa umphefumulo wami egodini lokubhubhisa, ngokuba walahla zonke izono zami ngemuva kwakho.


Ugcina umphefumulo wakhe egodini nokuphila kwakhe ukuba kungabhubhi ngenkemba.


Yebo, umphefumulo wakhe usondela endaweni yabafileyo nokuphila kwakhe kubabhubhisi.


Ngokuba umusa wakho mkhulu ngaphezu kwamazulu, neqiniso lakho lifinyelela emafwini.


Hlabelelani kuJehova nina bangcwele bakhe, nidumise inkazimulo yobungcwele bakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite