Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 83:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Yenza kubo njengakwaMidiyani; ngoSisera, noJabini, ngasemfudlaneni iKishoni;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Yenza kubo njengakuMidiyani, nakuSisera, nakuJabini ngasemfuleni iKishoni,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Yenza kubo njengakuMidiyani, nakuSisera nakuJabhini ngasemfuleni iKishoni,

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 83:9
9 Referans Kwoze  

Ngokuba wephulile ijoka lomthwalo wabo nodondolo lwamahlombe abo, nozime lomcindezeli wabo, njengasosukwini lukaMidiyani.


Umfula iKishoni wabakhukhula, umfula omdala, umfula iKishoni. Awu mphefumulo wami, uwanyathele amandla.


UJehova Sebawoti uyakumehlisela isiswebhu njengokushaywa kukaMidiyani ngasetsheni i-Orebi; nodondolo lwakhe lwaluphezu kolwandle, kanjalo uyakuluphakamisa njengomkhuba waseGibithe.


Ngiyakudonsela kuwe uSisera induna yempi kaJabini nezinqola zakhe nesixuku sakhe emfuleni iKishoni; ngiyakumnikela esandleni sakho.


Eyokuqala yazala indodana, yaqamba igama layo ngokuthi uMowabi; unguyise wamaMowabi kuze kube namuhla.


Encane nayo yazala indodana, yaqamba igama layo ngokuthi uBenami; lowo unguyise wabantwana bakwa-Amoni kuze kube namuhla.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite