Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 83:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 noGebali, no-Amoni, no-Amaleki; amaFilisti kanye nabakhileyo eTire;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 noGebali, no-Amoni, no-Amaleki, neFilistiya nabakhile eTire.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 noGebhali, u-Amoni, u-Amaleki, iFilistiya nabakhile eThire.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 83:7
7 Referans Kwoze  

nezwe lamaGibhili, nalo lonke iLebanoni ngasempumalanga, kusukela eBali-gadi phansi kwentaba yaseHermoni kuze kube sekuyeni eHamati.


Amalunga aseGebali nezihlakaniphi zakhe ayekuwe, emakamelweni akho; yonke imikhumbi yolwandle kanye namatilosi ayo yayikuwe ukuba ithathe impahla yakho.


Uthi kulo iTire: “Wena ohlezi ngasekungeneni kolwandle, wena ungumhwebi wabantu eziqhingini eziningi, uthi: Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Wena Tire, wathi: Ngimuhle ngokuphelele.


Usho kanje uJehova, uthi: “Ngenxa yeziphambeko ezintathu zeTire, ngenxa yezine, angiyikukubuyisa ukujeziswa kwalo; ngoba banikela bonke ekuthunjweni ku-Edomi futhi abazange bacabange ngesivumelwano sobuzalwane.


Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Ngikhumbula lokho u-Amaleki akwenza ku-Israyeli, ukuthi wamlinda endleleni ekukhuphukeni kwakhe eGibithe.


Ilizwi likaSamuweli lafika kuIsrayeli wonke. U-Israyeli waphuma ukulwa namaFilisti, wamisa e-Ebeni Ezeri; amaFilisti amisa e-Afeki.


Ezinsukwini zikaSawule balwa nabakwaHagari abawa ngesandla sabo, bahlala ematendeni abo ezweni lonke lasempumalanga yakwaGileyadi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite