Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 81:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 NginguJehova uNkulunkulu wakho owakukhipha ezweni laseGibithe; vula kakhulu umlomo wakho, ngiwugcwalise.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Mina nginguJehova uNkulunkulu wakho owakukhuphula ezweni laseGibithe; khamisa umlomo wakho, ngiwugcwalise.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Mina nginguSimakade uNkulunkulu wakho owakukhuphula eGibithe; khamisa umlomo wakho, ngiwugcwalise.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 81:10
16 Referans Kwoze  

Uma nihlala kimi, namazwi ami ehlala kini, niyakucela enikuthandayo, niyakukwenzelwa.


Ngokuba uyasuthisa umphefumulo olangazelayo, awugcwalise ngokuhle umphefumulo olambileyo.


NginguJehova uNkulunkulu wakho owakukhipha ezweni laseGibhithe, endlini yobugqila.


Kwathi ngosuku lokugcina olukhulu lomkhosi uJesu wema wamemeza wathi: “Uma ekhona owomileyo, akeze kimi, aphuze.


Wathi kimi: Sekwenzekile. Mina ngingu-Alfa no-Omega, isiqalo nesiphetho. Owomileyo ngiyakumnika ngesihle emthonjeni wamanzi okuphila.


UMoya nomlobokazi bathi: Woza. Nozwayo makathi: Woza. Nowomileyo makeze. Futhi yilowo nalowo othanda makathathe amanzi okuphila ngesihle.


Ngalolosuku kaliyikungibuza lutho. Ngiqinisile, ngiqinisile, ngithi kini: Noma yini eniyakukucela kuBaba egameni lami uyakuninika khona.


Engayala ngakho oyihlo mhla ngibakhipha ezweni laseGibithe, esithandweni sensimbi, ngathi: Lalelani izwi lami, nenze njengokuniyala kwami; kanjalo niyakuba yisizwe sami, mina ngibe nguNkulunkulu wenu;


Ungabi nabanye onkulunkulu ngaphandle kwami.


Ungabi nabanye onkulunkulu ngaphandle kwami.


Mesabeni manje uJehova, nimkhonze ngobuqotho nangeqiniso; nisuse onkulunkulu ababakhonzayo oyihlo phesheya koMfula naseGibithe; nikhonze uJehova.


Manje, uthi, susani onkulunkulu bezizweni abaphakathi kwenu, nithambekise inhliziyo yenu kuJehova uNkulunkulu ka-Israyeli.


U-Israyeli walahla okuhle; isitha siyakumxosha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite