Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 80:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Wakhipha umvini eGibithe, waxosha izizwe, wawutshala.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Wakhipha umvini eGibithe, waxosha abezizwe, watshala wona.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Ukhiphe umvini eGibhithe, wasusa izizwe, wawutshala.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 80:8
16 Referans Kwoze  

Kodwa mina ngikutshale umvini omuhle, wonke uyimbewu yeqiniso; pho, ungiphendule kanjani ngibe yisithombo esibolile somvini wezizweni na?


Wazixosha kanjani izizwe ngesandla sakho, wazitshala; Wacindezela, wabaxosha kanjani abantu.


Yamila, yaba ngumvini onabileyo, obukekayo, owaphendukayo, nezimpande zawo zaba phansi kwawo; yaba ngumvini, yathela, yaveza amagatsha.


Abelusi abaningi basichithile isivini sami, balinyathele phansi izwe lami, benzé izwe lami elimnandi laba ihlane eliyincithakalo.


Okhokho bethu abayilandela bayingenisa kanye loJesu empahleni yabezizwe, uNkulunkulu abaxotshayo phambi kobuso babokhokho bethu, kwaze kwaba semihleni kaDavida;


Unyoko unjengomvini egazini lakho, otshalwe ngasemanzini; wathela, ugcwele amahlumela ngenxa yamanzi amaningi.


Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Njengomvini phansi kwemithi yasehlathini engawunikela emlilweni ube zinkuni, kanjalo ngiyakunikela abakhileyo eJerusalema.


Waxosha izizwe phambi kwabo, wabahlukanisela ifa ngomugqa, wahlalisa izizwe zakwa-Israyeli ematendeni azo.


Bonke abakhileyo ezintabeni kusukela eLebanoni kuze kube seMisirefotimayimi, nawo wonke amaSidoni, ngiyobaxosha phambi kwabantwana bakwa-Israyeli; nje ulabele abantwana bakwa-Israyeli ngenkatho njengefa, njengalokho ngakuyala.


Mangingajabhi, Jehova; ngoba ngikubizile; mabajabhe ababi, bathule eHayidese.


Uwazisile abantu bakho izinto ezilukhuni, wasiphuzisa iwayini elimangalisayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite