Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 80:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Isandla sakho masimelane nomuntu wesandla sakho sokunene, phezu kwendodana yomuntu oziqinisele yona.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Isandla sakho masibe phezu kwendoda yesokunene sakho, phezu kwendodana yomuntu ozikhulisele yona;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Isandla sakho masibe phezu kwalowo ongakwesokunene sakho, simvikele, lowo ozikhulisele yena.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 80:17
8 Referans Kwoze  

Ihubo likaDavide. UJehova wathi eNkosini yami: Hlala ngakwesokunene sami, ngize ngibeke izitha zakho zibe yisenabelo sezinyawo zakho.


Isandla sami siyakuqiniswa kubani; nengalo yami iyakumqinisa.


nesivini owasihlanyela esokunene sakho, negatsha owaziqinisela lona.


Kodwa yalinyazwa ngenxa yeziphambeko zethu, yachotshozwa ngobubi bethu; isijeziso sokuthula kwethu sasiphezu kwakhe; nangemivimbo yakhe siphilisiwe thina.


UJehova waqamba igama lakho ngokuthi: Umnqumo oluhlaza, omuhle nesithelo esihle; ngomsindo wesiyaluyalu esikhulu waphemba umlilo phezu kwawo, kwaphulwa amagatsha awo.


Yisho ezweni lakwa-Israyeli, uthi: ‘Usho kanje uJehova, uthi; Bheka, ngimelene nawe; ngiyakuhosha inkemba yami emgodleni wayo, nginqume abalungileyo nababi kuwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite