Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 78:50 - Contemporary Zulu Bible 2024

50 Wenza indlela yolaka lwakhe; Akawuyekanga umphefumulo wabo ekufeni, kepha wanikela ukuphila kwabo esibethweni;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

50 Walungisela intukuthelo yakhe indlela; akaphephisanga umphefumulo wabo ekufeni, kepha wanikela ukuphila kwabo ezifweni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

50 Walungisela intukuthelo yakhe indlela, akawuphephisanga umphefumulo wabo ekufeni, kepha wanikela ukuphila kwabo ezifweni.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 78:50
9 Referans Kwoze  

Iso lami aliyikukuhawukela, futhi angiyikuba nesihe; ngiyakwehlisela izindlela zakho phezu kwakho, nezinengiso zakho zibe phakathi kwakho; nizokwazi ukuthi nginguJehova.


Yena ongayigodlanga eyakhe iNdodana, kepha wayinikela ngenxa yethu sonke, uyakuba kanjani ukuba angasiphi ngesihle kanye nayo na?


Noma yini ephathelene nami, iso lami ngeke libahawukele, futhi ngeke ngibe nesihe, kodwa ngiyokunikela phezu kwamakhanda abo.


Ngalokho nami ngiyakwenza ngokufutheka; iso lami aliyikuhawukela, angiyikuba nesihawu;


Iso lami aliyikuhawukela, futhi angiyikuba nesihe; ngiyakukubuyisela ngokwezindlela zakho nezinengiso zakho eziphakathi kwakho; niyakwazi ukuthi nginguJehova oshayayo.


Ngakho-ke, kuphila kwami, isho iNkosi uJehova; Impela, ngokuba uyingcolisile indlu yami engcwele ngazo zonke izinengiso zakho nangazo zonke izinengiso zakho, ngalokho nami ngiyakukwehlisa; iso lami aliyikuhawukela, futhi angiyikudabuka.


Ngokuba uNkulunkulu uyakuphonsa phezu kwakhe, angamyeki; angathanda ukuphunyuka esandleni sakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite