Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 78:45 - Contemporary Zulu Bible 2024

45 Wathuma kubo izibawu ngezinhlobonhlobo, zabadla; namaxoxo ababhubhisayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

45 Wathumela phakathi kwabo izibawu ezabadlayo namasele ababhubhisayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

45 Wabathumelela izibawu ezabalumayo, namaselesele ababhubhisayo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 78:45
6 Referans Kwoze  

Eyesibili yathululela isitsha sayo olwandle; kwaba njengegazi lomuntu ofileyo, futhi yonke imiphefumulo ephilayo yafa elwandle.


Benza njalo; ngokuba u-Aroni welula isandla sakhe esinenduku yakhe, washaya uthuli lomhlabathi, lwaba omiyane kubantu nasezinkomeni; lonke uthuli lwezwe lwaba omiyane ezweni lonke laseGibithe.


UJehova wayesethi kuMose: “Vuka ekuseni kakhulu, ume phambi kukaFaro; bheka, Uphumela emanzini; wathi kuye: “Usho kanje uJehova, uthi: Bavumele abantu bami ukuba bahambe, ukuze bangikhonze.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite