Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 78:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

33 Ngakho wachitha izinsuku zabo ngeze neminyaka yabo ekuhluphekeni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Ngakho waqedela izinsuku zabo ezeni neminyaka yabo ovalweni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

33 Ngakho-ke izinsuku zabo waziqeda njengomoya, neminyaka yabo, ngokwesaba.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 78:33
13 Referans Kwoze  

Mina, iNkosi, ngathi: Ngokuqinisekile ngizokwenza lokhu kuyo yonke le nhlangano embi engibuthelene yona; kuleli hlane bayakuqedwa, bafele khona.


Izidumbu zenu zizawela ogwadule; nabo bonke ababalwayo kini ngokwenani lenu lonke, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, abakhononda ngami.


“Ize leze,” usho umshumayeli; konke kuyize.


“Yize leze,” usho uMshumayeli, okuyize okuyize; konke kuyize.


Umuntu ozelwe ngowesifazane imihla yakhe mifushane, igcwele usizi.


Abantwana benu bayakuzulazula iminyaka engamashumi amane ehlane, bathwale ubufebe benu, izidumbu zenu zibhujiswe ehlane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite