Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 78:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Baphinda bona kakhulu kuye ngokuklolodela oPhezukonke ehlane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Nokho baqhubeka benza ukona kuye, baphambana noPhezukonke ehlane.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Nokho baqhubeka bona kuye, bamhlubuka Ophezukonke ehlane.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 78:17
9 Referans Kwoze  

Kepha bahlubuka, bahlupha uMoya wakhe oNgcwele; ngalokho waba yisitha sabo walwa nabo.


NaseHorebe namthukuthelisa uJehova, uJehova wanithukuthelela ukuba anibhubhise.


Kukho konke lokhu baqhubeka bona njalo kabakholwanga yimisebenzi yakhe yamandla.


Ngokuba ngiyabazi ubulukhuni bakho nentamo yakho elukhuni; bhekani, ngisekhona nani namuhla nihlubukile kuJehova; Kakhulu kangakanani emva kokufa kwami?


Kepha bangihlubuka, abangilalelanga; abalahlanga, kwaba yilowo nalowo izinengiso emehlweni abo, ababashiyanga onkulunkulu baseGibithe; ukuthukuthela kwami phezu kwabo phakathi kwezwe laseGibithe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite