Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 78:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wakhipha nemifudlana edwaleni, wenza ukuba amanzi agobhoze njengemifula.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Waphumisa edwaleni izifufula, wehlisa amanzi njengemifula.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Wenza kwagobhoza imithombo edwaleni, amanzi wawenza ageleza njengemifula.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 78:16
9 Referans Kwoze  

owanihola ogwadule olukhulu nolwesabekayo, okwakukhona kulo izinyoka ezinomlilo nawofezela nesomiso, lapho kwakungekho manzi khona; owanikhiphela amanzi edwaleni;


Thatha intonga, ubuthe inhlangano, wena no-Aroni umfowenu, nikhulume nedwala phambi kwamehlo ayo; futhi uyonika amanzi awo, futhi kumelwe ubakhiphele amanzi edwaleni; uyakuphuzisa ibandla nezinkomo zalo.


Wavula idwala, kwaphuma amanzi; bahamba ezindaweni ezomile njengomfula.


Ngasithatha isono senu, ithole enalenza, ngalishisa ngomlilo, ngaligxoba, ngalicolisisa, laze lacoleka njengothuli; ngase ngiluphonsa uthuli lwalo emfudlaneni ophuma entabeni.


Uphendula ugwadule lube amanzi amile, nomhlabathi owomileyo ube yimithombo yamanzi.


Thuthumela, O mhlaba, phambi kobuso beNkosi, phambi kobuso bukaNkulunkulu kaJakobe;


owaphendula idwala libe yimanzi amile, itshe libe ngumthombo wamanzi.


Umnsalo wakho unqunulwe ngokuphelele, njengesifungo sezizwe, yebo, nezwi lakho. Sela. Wahlukanisa umhlaba ngemifula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite