Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 77:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Wahola abantu bakho njengomhlambi ngesandla sikaMose no-Aroni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Wahola abantu bakho njengezimvu ngesandla sikaMose no-Aroni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Abantu bakho wabahola njengezimvu ngesandla sikaMose no-Aroni.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 77:20
11 Referans Kwoze  

UJehova wahamba phambi kwabo emini ngensika yefu ukubahola endleleni; nasensikeni yomlilo ebusuku ukubakhanyisela; ukuhamba imini nobusuku:


Kodwa abantu bakhe wabahola njengezimvu, wabahola njengomhlambi enkangala.


Ingelosi kaNkulunkulu eyaphuma phambi kwempi yakwa-Israyeli yasuka, yabalandela; insika yefu yasuka phambi kwawo, yema emva kwawo.


Ihubo lika-Asafa. Zwana, Malusi ka-Israyeli, wena ohola uJosefa njengomhlambi; wena ohlezi phakathi kwamakherubi, khazimula.


Ngomprofethi uJehova wamkhipha u-Israyeli eGibithe, walondolozwa ngomprofethi.


Noma ifu lalihlala phezu kwetabernakele izinsuku ezimbili, noma inyanga, noma unyaka, abantwana bakwa-Israyeli bahlala ematendeni abo, abasukanga; kodwa kwathi selinyuswa basuka.


nalokho akwenza kini ehlane, naze nafika kule ndawo;


Usho kanje uJehova, owenza indlela elwandle, nendlela emanzini anamandla;


Wadabula ulwandle namahhashi akho, inqwaba yamanzi amaningi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite