Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 77:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngiyakukhumbula imisebenzi kaJehova; ngiyakukhumbula izimangaliso zakho zasendulo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ngiyakukhumbula izenzo zikaJehova, yebo, ngikhumbule izimangaliso zasendulo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Ngiyakuzikhumbula izenzo zikaSimakade, yebo, ngizikhumbule izimangaliso zasendulo,

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 77:11
10 Referans Kwoze  

Ngiyakhumbula izinsuku zasendulo; ngiyazindla ngemisebenzi yakho yonke; ngizindla ngomsebenzi wezandla zakho.


Cabanga ngezimangaliso zakhe azenzayo; izimangaliso zakhe nezahlulelo zomlomo wakhe;


Cabangani ngezimangaliso zakhe azenzile, izimangaliso zakhe nezahlulelo zomlomo wakhe;


Ihange nehabhula, iqebelengwane nomtshingo newayini kusemikhosini yabo;


Ngenxa yokuthi bengayinaki imisebenzi kaJehova nomsebenzi wezandla zakhe, uyobachitha futhi angabakhi.


Wenza abantu bacabange ngezimangaliso zakhe: uJehova ulomusa lesihawu.


Wakhohlwa imisebenzi yakhe nezimangaliso zakhe ababonise zona.


Ngase ngithi: Lokhu kungubuthakathaka bami, kepha ngiyakukhumbula iminyaka yesandla sokunene soPhezukonke.


U-Isaka waphuma sekuhlwile ukuyozindla ensimini; waphakamisa amehlo akhe, wabona, amakamela ayesiza.


Ngubani onjengawe, Nkosi, phakathi kwawonkulunkulu? ngubani onjengawe, okhazimula ngobungcwele, owesabeka ngezindumiso, owenza izimangaliso, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite