Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 75:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngathi kwabayiziwula: Ningabi-yiziwula nakwababi: Ningaluphakamisi uphondo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ngithe kwabazidlayo: “Ningazidli,” nakwababi: “Ningaphakamisi uphondo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Ngithe kwabazidlayo: “Ningazidli,” nakwababi: “Ningaziphakamisi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 75:4
12 Referans Kwoze  

Ngase ngithi: Lababantu beze ukwenzani na? Wasesithi: Lezi ziyizimpondo ezahlakaza uJuda, kwaze kwangaba khona ophakamisa ikhanda lakhe; yakwaJuda ukuze ayihlakaze.


Nina bangenalwazi, qondani ukuhlakanipha, nani ziwula, hlakaniphani ngenhliziyo.


Koze kube nini nina zithutha nithanda ubuwula? nezideleli zijabulela ukuklolodela, neziwula zizonda ukwazi?


Uyaluphakamisa uphondo lwabantu bakhe, udumo lwabangcwele bakhe bonke; wabantwana bakwa-Israyeli, abantu ababeseduze naye. Dumisani uJehova.


Qondani nina bantu abayiziwula phakathi kwabantu, nani ziwula, niyakuhlakanipha nini na?


Ngoba wena uyinkazimulo yamandla abo, langokuthanda kwakho uphondo lwethu luzaphakanyiswa.


Yekani iziwula niphile; uhambe ngendlela yokuqonda.


Uyavusa ompofu othulini, aphakamise isinxibi endundumeni yomquba, ukuze asibeke phakathi kwezikhulu, abenze badle ifa lesihlalo sobukhosi senkazimulo; ngokuba izinsika zomhlaba zingezikaJehova, izwe liphezu kwazo.


Kodwa abalungileyo kathokoze; mabajabule phambi kukaNkulunkulu, yebo, mabajabule kakhulu.


Izintaba zancibilika njengengcina phambi kweNkosi, phambi kweNkosi yomhlaba wonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite