Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 75:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Umhlaba ubhubhile nabo bonke abakhileyo kuwo; ngimisa izinsika zawo. Sela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Umhlaba uyancibilika nabo bonke abakhe kuwo; mina ngimisile izinsika zawo. Sela*

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Umhlaba uyancibilika nabo bonke abakhe kuwo; Mina ngizimisile izinsika zawo.” Sela

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 75:3
12 Referans Kwoze  

Uyavusa ompofu othulini, aphakamise isinxibi endundumeni yomquba, ukuze asibeke phakathi kwezikhulu, abenze badle ifa lesihlalo sobukhosi senkazimulo; ngokuba izinsika zomhlaba zingezikaJehova, izwe liphezu kwazo.


Umhlaba ubhidlizwa ngokuphelele, umhlaba uyachithwa ngokuphelele, umhlaba uyanyakaza ngokumangalisayo.


Owathi engukukhanya kwenkazimulo yakhe, lomfanekiso wobuntu bakhe, ephakamisa zonke izinto ngelizwi lamandla akhe, esehlambulule izono zethu, wahlala phansi ngakwesokunene soMkhulu kweliphezulu;


Usho kanje uJehova, uthi: “Ngesikhathi sokuthokoza ngakuzwa, nangosuku lwensindiso ngakusiza; amafa alahliwe;


Nakudala uSawule eseyinkosi phezu kwethu, nguwe owakhipha u-Israyeli, wabangenisa; uJehova wathi kuwe: ‘Kumelwe unakekele abantu bami u-Israyeli, futhi wena kumelwe ube umbusi phezu kuka-Israyeli.


Xolela isiphambeko senceku yakho, ngokuba uJehova uyakuyenzela inkosi yami indlu; ngokuba inkosi yami ilwa izimpi zikaJehova, akufunyanwanga okubi kuwe zonke izinsuku zakho.


Abesifazane baphendulana bedlala, bathi: “USawule ubulele izinkulungwane zakhe, uDavide amashumi ezinkulungwane zakhe.”


Makube kude nawe ukwenza kanjalo, ukubulala olungileyo kanye nomubi, nokuba olungileyo abe njengomubi, okude nawe; umahluleli womhlaba wonke akayikwenza ubulungisa na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite