Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 74:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Vuka, Nkulunkulu, uyithethelele indaba yakho; cabanga ukuthi isiwula sikuthuka kanjani nsuku zonke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Vuka, Nkulunkulu, uyimele indaba yakho; khumbula ukuthi uklolodelwa yiziwula usuku lonke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Vuka, Nkulunkulu, uyimele indaba yakho, khumbula ukuthi uklolodelwa yiziwula usuku lonke.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 74:22
9 Referans Kwoze  

Khumbula ukuthi isitha sithukile, Jehova, nokuthi abantu abayiziwula balihlambalazile igama lakho.


Manje, nginantoni lapha, kusho uJehova, ukuthi abantu bami bathathwe ngeze? ababusa phezu kwabo mabakhale,” usho uJehova; negama lami lihlanjalazwa njalo imihla ngemihla.


Kumholi wokuhlabelela ngoMahalati, iMaskili, iHubo likaDavide. Isiwula sathi enhliziyweni yaso: Akakho uNkulunkulu. Bonakele, futhi benze ububi obunengekayo; akakho owenza okuhle.


Jehova, beka indlebe yakho, uzwe; vula, Jehova, amehlo akho, ubuke, uzwe amazwi kaSaneheribi amthume ukuba ahlambalaze uNkulunkulu ophilayo.


Vuka, uvuke ngenxa yecala lami, Nkulunkulu wami, Nkosi yami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite