Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 74:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngoba uNkulunkulu uyiNkosi yami kusukela endulo owenza insindiso phakathi komhlaba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Nokho uNkulunkulu uyiNkosi yami kwaphakade eyenza insindiso emhlabeni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 UNkulunkulu uyiNkosi yami kuze kube phakade, nguye owenza insindiso emhlabeni.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 74:12
13 Referans Kwoze  

Wena uyiNkosi yami, Nkulunkulu; yala insindiso kaJakobe.


Ngokuba uJehova ungumahluleli wethu, uJehova unguMniki-mthetho wethu, uJehova uyinkosi yethu; uzosisindisa.


Ngoba wathi: Isibili bangabantu bami, abantwana abangaqambi amanga; ngakho waba nguMsindisi wabo.


Wanikela ukuphila kwakhe esandleni sakhe, wambulala umFilisti, uJehova wenza ukusindisa okukhulu ku-Israyeli wonke; wakubona wathokoza; pho, niyakona ngani egazini elingenacala, nibulale uDavide ngeze, na?


Jehova, uyakulizwa izwi lami ekuseni; ekuseni ngiyakuwubhekisa kuwe umkhuleko wami, ngibheke phezulu.


Kepha uJehova unguNkulunkulu weqiniso, unguNkulunkulu ophilayo, neNkosi yaphakade; ngentukuthelo yakhe umhlaba uyazamazama, nezizwe aziyikuthwala ukufutheka kwakhe.


Wena Jehova, Nkulunkulu wami, oNgcwele wami, awungowaphakade na? ngeke sife. Jehova, wabamisela ukwahlulela; futhi, O Nkulunkulu onamandla, wabaqinisekisa ukuba baqondiswe.


Nesizwe eyakuba yizigqila zaso ngiyakusahlulela mina, washo uNkulunkulu, andukuba baphume, bangikhonze kule ndawo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite