Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 73:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngokuba azikho izibopho ekufeni kwabo, kepha amandla abo aqinile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ngokuba abanabuhlungu kuze kube sekufeni kwabo, namandla abo aqinile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Ngokuba abanazinhlungu, kuze kube sekufeni kwabo, bayizitetelegu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 73:4
10 Referans Kwoze  

Kwasekusithi wafa ompofu, wathwalwa yizingilosi esifubeni sikaAbrahama;


Ngokuba akukho ukukhunjulwa kohlakaniphileyo ngaphezu kwesiwula kuze kube phakade; ngokuba lokho okuzayo ngalezi zinsuku kuyakukhohlakala konke. Futhi ufa kanjani ohlakaniphileyo? kunesiwula.


Kubantu abayisandla sakho, Jehova, kubantu bomhlaba abanesabelo sabo kulokhu kuphila, nesisu sabo usigcwalisa ngengcebo yakho efihliweyo; bagcwele abantwana bashiyela abancane babo okusalayo.


Bavalelwe emafutheni abo; ngomlomo wabo bakhuluma ngokuziqhenya.


Isizalo siyamkhohlwa; impethu iyakumdlisa kamnandi; ngeke esakhunjulwa; nobubi buyophulwa njengomuthi.


Konke lokhu ngakubona ezinsukwini zami eziyize: kukhona olungileyo obhubhayo ekulungeni kwakhe, kukhona nomubi owelula ukuphila kwakhe ebubini bakhe.


Ngoba umboza ubuso bakhe ngamanoni akhe, akhuluphale ezinhlangeni zakhe.


Bachitha izinsuku zabo engcebweni, behlela endaweni yabafileyo ngokuphazima kweso.


Bakhuluphele, bayakhazimula, yebo, badlula imisebenzi yababi; futhi ilungelo labampofu abalahluleli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite