Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 73:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Ngokuba bheka, abakude nawe bayakubhubha; ubabhubhisile bonke abaphinga kuwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Ngokuba bheka, abakude nawe bayakubhubha; uyabachitha bonke abahlubukayo kuwe ngokuphinga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Ngokuba abakude nawe bayakubhubha, uyabachitha bonke abahlubuka kuwe ngokuphinga.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 73:27
15 Referans Kwoze  

Ziphingi neziphingi, anazi yini ukuthi ubungane bezwe bungubutha kuNkulunkulu? ngakho loba ngubani othanda ukuba ngumngane welizwe uyisitha sikaNkulunkulu.


Insindiso ikude nababi, ngokuba abafuni izimiso zakho.


Ukuze ungenzi isivumelwano nabakhileyo ezweni, kepha baphinge ngokulandela onkulunkulu babo, bahlabele onkulunkulu babo, kubizwe wena, udle umnikelo wakhe;


Kuyakuba kini njengensephe, ukuze niyibone, nikhumbule yonke imiyalo yeNkosi, niyenze; futhi ungazifuneli eyakho inhliziyo namehlo akho owafeba ngemva kwawo.


Ngakho bangcoliswa ngemisebenzi yabo futhi bafeba ngezinto zabo.


Ngalokho uJehova wathi: “Ngokuba laba bantu basondela kimi ngomlomo wabo, bangidumisa ngezindebe zomlomo wabo, kepha inhliziyo yabo ikude nami, nokungesaba kwabo kufundiswa ngomyalo wabantu.


Weza washumayela ivangeli lokuthula kinina enanikude, nakubo abaseduze.


Kepha manje kuKristu Jesu nina enanikade nikude nisondele ngegazi likaKristu.


Wabatshala, yebo, banezimpande; bayakhula, yebo, bathele izithelo; Useduze emlonyeni wabo futhi ukude nezinso zabo.


Wafa-ke uSawule ngenxa yesiphambeko sakhe asenza ngaso kuJehova, ephambene nezwi likaJehova angaligcinanga, nangokuba wacela iseluleko kumuntu onomoya owaziwayo ukuba ambuze;


Wathumela izincwadi kubo bonke abaJuda ezifundeni eziyikhulu namashumi amabili nesikhombisa zombuso ka-Ahashiveroshi, ngamazwi okuthula neqiniso,


Jehova, themba lika-Israyeli, bonke abakushiyayo bayakuba namahloni, nabasuka kimi bayakulotshwa emhlabeni, ngokuba beshiyile uJehova, umthombo wamanzi aphilayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite