Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 73:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Uma ngithi: Ngizokhuluma kanje; bheka, bengiyakucasula isizukulwane sabantwana bakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Uma bengithe, ngizakukhuluma kanjalo, bheka, ngabe ngisikhohlisile isizukulwane sabantwana bakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Uma bengithe ngizakukhuluma kanjalo, ngabe ngisikhohlisile isizukulwane sabantwana bakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 73:15
10 Referans Kwoze  

Kodwa naphambuka endleleni; nikhubekise abaningi emthethweni; nichithile isivumelwano sikaLevi,” usho uJehova Sebawoti.


Kepha nina niluhlanga olukhethiweyo, ubupristi obobukhosi, isizwe esingcwele, abantu abazuziweyo; ukuze nishumayele ubukhosi balowo owanibiza niphume ebumnyameni, ningene ekukhanyeni kwakhe okumangalisayo;


Kuhle ukungadli inyama, nokungaliphuzi iwayini, nokunye umfowenu akhubeka ngakho, akhubeke, noma abe buthakathaka.


Kepha uma umfowenu edabukiswa ngokudla, awusahambi ngokothando. Ungambhubhisi ngokudla kwakho, amfelayo uKristu.


Lesi yisizukulwane sabamfunayo, abafuna ubuso bakho, Jakobe. Sela.


Inzalo iyakumkhonza; kuyakubalelwa eNkosini isizukulwane.


Kwaba khona ukwesaba okukhulu kubo, ngokuba uNkulunkulu usesizukulwaneni sabalungileyo.


Cha, madodana ami; ngokuba akusiwo umbiko omuhle engiwezwayo: nenza abantu bakaJehova ukuba baphambuke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite