Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 71:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Izindebe zami ziyakujabula kakhulu lapho ngihlabelela kuwe; nomphefumulo wami owuhlengileyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Izindebe zami zizakujabula, ngokuba ngizakukudumisa wena, nomphefumulo wami owuhlengileyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Izindebe zomlomo wami zizojabula, nomphefumulo wami ukuhubele, ngokuba ungihlengile.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 71:23
8 Referans Kwoze  

Ngithanda ukuhlabelela inkazimulo kaJehova zonke izinsuku zami;


Ohlenga ukuphila kwakho ekubhujisweni; okuthwesa umusa nesihe;


UJehova uyawukhulula umphefumulo wezinceku zakhe, futhi akekho noyedwa kwabamethembayo oyoba ihlane.


UDavide wabaphendula uRekabi noBahana umfowabo, amadodana kaRimoni waseBeyeroti, wathi kubo: “Kuphila kukaJehova owuhlengile umphefumulo wami osizini lonke!


Bahlabelela isihlabelelo esisha, bethi: Ufanele ukuyithatha incwadi nokuvula izimpawu zayo, ngokuba wahlatshwa, wasihlengela uNkulunkulu ngegazi lakho abavela kuzo zonke izizwe, nezilimi, nabantu, isizwe;


Umphefumulo wami uyakusutha kungathi ngamanoni namafutha; umlomo wami uyakukudumisa ngezindebe ezithokozayo.


Ingelosi eyangikhulula ebubini bonke ibusisa abafana; igama lami malibizwe phezu kwabo negama lawobaba o-Abrahama no-Isaka; futhi mabakhule babe yisixuku phakathi komhlaba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite