Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 71:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngisindise ngokulunga kwakho, ngibaleke; beka indlebe yakho kimi, ungisindise.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngikhulule ngokulunga kwakho, ungihlangulise; beka indlebe yakho kimi, ungisindise.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Ngokulunga kwakho ngikhulule, ungihlenge; beka indlebe yakho kimi, ungisindise.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 71:2
12 Referans Kwoze  

Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. Ngiyethemba wena Jehova; ungangijabhisi; ngisindise ngokulunga kwakho.


Ngikhala kuwe, ngokuba uyakungilalela, Nkulunkulu; beka indlebe yakho kimi, ulalele izwi lami.


Jehova, ngiphilise ngenxa yegama lakho;


Anifikelwa ukulingwa okuvamile kubantu, kepha uNkulunkulu uthembekile, ongayikuvuma ukuba nilingwe ngokungaphezu kwamandla enu; kepha kanye nokulingwa uyakunenza nendlela yokuphunyuka, nize nibe-namandla okukuthwala.


O Jehova, ngokuvumelana nakho konke ukulunga kwakho, makususwe intukuthelo yakho nolaka lwakho emzini wakho iJerusalema, intaba yakho engcwele, ngenxa yezono zethu nangenxa yobubi bawokhokho bethu iJerusalema nabantu bakho. Ihlazo kubo bonke abaphezu kwethu.


Ihubo likaDavide. Yizwa umkhuleko wami, Jehova, uzwe ukunxusa kwami; ngizwe ngokuthembeka kwakho nokulunga kwakho.


Ngahlulele, Nkulunkulu, ungivikele esizweni esibi; ngikhulule kumuntu onenkohliso nongalungile.


Amehlo kaJehova aphezu kwabalungileyo, nezindlebe zakhe zisekukhaleleni kwabo usizo.


Ukwahlulela kwami makuphume ebusweni bakho; amehlo akho mawabone ukulingana.


Khothamelani kimi; ngisindise masinyane; ube yidwala lami eliqinile, indlu yenqaba yokungisindisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite