Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 7:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Uma engaphenduki, uyolola inkemba yakhe; wawucima umnsalo wakhe wawulungisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Uma umuntu engaphenduki, uyakulola inkemba yakhe, ansale umnsalo wakhe, awulungisele,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Uma umuntu engaphenduki, uyolola inkemba yakhe, uwukhokhile umnsalo wakhe, wama ngomumo,

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 7:12
15 Referans Kwoze  

Ngakho-ke phendukani, niguquke, ukuze kusulwe izono zenu, ukuze kufike izikhathi zokuhlunyelelwa zivela ebusweni beNkosi;


Kalokhu izembe selibekiwe empandeni yemithi, ngakho yonke imithi engatheli izithelo ezinhle iyagawulwa, iphonswe emlilweni.


Ngakho ngiyakunahlulela nina ndlu ka-Israyeli, kube yilowo nalowo ngokwezindlela zakhe, isho iNkosi uJehova. Phendukani, niphenduke kuzo zonke iziphambeko zenu; ngakho ububi abuyikuba ukuwa kwenu.


Lapho ngilola inkemba yami ebenyezelayo, nesandla sami sibambe ukwahlulela; ngiyakuziphindiselela ezitheni zami, ngiphindisele kwabangizondayo.


Phenduka, Nkulunkulu wensindiso yethu, luphele ulaka lwakho kithi.


Wothi kubo: Kuphila kwami, isho iNkosi uJehova, kangithokozi ngokufa komubi; kodwa ukuthi omubi aphenduke endleleni yakhe nokuphila. Ngoba lizafelani lina ndlu kaIsrayeli?


Kuyakuba kubo njengokubhula kwamanga phambi kwamehlo abo, kulabo abafunga isifungo;


Ngokuba inkemba yami iyogezwa ezulwini; bheka, liyokwehlela phezu kwe-Idumiya naphezu kwabantu besiqalekiso sami, kube ukwahlulelwa.


Ngalolo suku uJehova uyakuhambela ngenkemba yakhe enzima nenkulu nenamandla phezu kukaLeviyathani, inyoka ehlabayo, noLeviyathani inyoka eyisigwegwe; futhi iyobulala udrako osolwandle.


Makube kude nawe ukwenza kanjalo, ukubulala olungileyo kanye nomubi, nokuba olungileyo abe njengomubi, okude nawe; umahluleli womhlaba wonke akayikwenza ubulungisa na?


Ukhuzile abezizwe, wababhubhisa ababi, igama labo walesula kuze kube phakade naphakade.


UJehova ulungile, uziphulile izintambo zababi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite