Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 69:36 - Contemporary Zulu Bible 2024

36 Inzalo yezinceku zakhe iyakulidla, futhi abathanda igama lakhe bayohlala kulo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 Inzalo yezinceku zakhe iyakulidla ifa; abathanda igama lakhe bayakuhlala kuyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

36 Abantwana bezinceku zakhe bazolidla libe yifa labo, nalabo abathanda igama lakhe bazohlala kulo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 69:36
13 Referans Kwoze  

Abantwana bezinceku zakho bayakuhlala, nenzalo yabo ime phambi kwakho.


Ngokuba isithembiso ngesenu, nesabantwana benu, nesabo bonke abakude, bonke iNkosi uNkulunkulu wethu eyakubabiza.


Abalungileyo bazakudla ilifa lelizwe njalo bahlale kulo kuze kube nininini.


Akuyikungena kuwo lutho olungcolileyo, nawo wonke amanyala namanga, kuphela abalotshiweyo encwadini yokuphila yeWundlu.


UJesu waphendula wathi kuye: “Uma umuntu engithanda, uyakugcina amazwi ami, noBaba uyakumthanda;


Ubusisiwe umuntu okhuthazela ekulingweni, ngokuba lapho esevivinyiwe uyakwamukeliswa umqhele wokuphila iNkosi ewuthembisile kwabayithandayo.


Njalo siyazi ukuthi konke kusebenzelana kube ngokuhle kwabamthandayo uNkulunkulu, ababiziweyo ngecebo lakhe.


Futhi inzalo yabo iyokwaziwa phakathi kwezizwe, nenzalo yabo phakathi kwezizwe; bonke abababonayo bayakuqaphela ukuthi bayinzalo uJehova ayibusisile.


Ngoba engithanda, ngakho ngizamsindisa; ngiyakumphakamisa, ngokuba elazi iGama lami.


Lalelani, bazalwane bami abathandekayo: UNkulunkulu kabakhethanga yini abampofu balumhlaba ukuba bacebe ekukholweni, lezindlalifa zombuso awuthembisayo abamthandayo?


oqinisa izwi lenceku yakhe nofeza icebo lezithunywa zakhe; othi kulo iJerusalema: Liyakuhlalwa; nasemizini yakwaJuda: Niyakwakhiwa, ngivuse izindawo zayo ezidilikileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite