Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 69:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Yengeza ububi ebubini babo, bangangeni ekulungeni kwakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Yengezela ukona ekoneni kwabo; mabangezi ekulungeni kwakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Yengeza ukona kwabo phezu kokunye, mabangezi ekulungeni kwakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 69:27
23 Referans Kwoze  

Makube umusa komubi, kepha akayikufunda ukulunga; ezweni lobuqotho uyakwenza okubi, angabuboni ubukhosi bukaJehova.


Ungasibekela ububi babo, ungasusi isono sabo phambi kwakho, ngokuba baklolode ngawe phambi kwabakhi.


U-Aleksandru, umkhandi wethusi wangenza okubi okuningi; uJehova makamnike ngokwemisebenzi yakhe;


Nanjengalokho bengathandanga ukuba nokwazi uNkulunkulu, uNkulunkulu wabanikela engqondweni eyonakeleyo, ukuba benze okungafanele;


Kepha u-Israyeli, obelandela umthetho wokulunga, akawufinyelelanga umthetho wokulunga.


Ngakho uhawukela lowo athanda ukumhawukela, umenza lukhuni lowo athanda ukumenza lukhuni.


Ububi bawoyise mabukhunjulwe phambi kukaJehova; nesono sikanina masingasulwa.


Ngakho ngabanikela enkanukweni yenhliziyo yabo, bahamba ngamacebo abo.


Abaseleyo kini bayobuna ebubini babo emazweni ezitha zenu; futhi ngobubi bawoyise bayobuna kanye nabo.


UJehova wayenza lukhuni inhliziyo kaFaro, kabalalelanga; njengalokho uJehova wakhuluma kuMose.


Naye uFaro wayenza lukhuni inhliziyo yakhe ngalesi sikhathi, kabavumelanga abantu ukuba bahambe.


Kodwa uFaro esebonile ukuthi sekuphuzile, wayenza lukhuni inhliziyo yakhe, kabalalelanga; njengokutsho kweNkosi.


Wabona umkhiwane ngasendleleni, waya kuwo, akafumananga lutho kuwo, amaqabunga kuphela; Umkhiwane wabuna masinyane.


Futhi ngiyakuwuchitha: awuyikuthenwa, noma umbiwe; kodwa kuyakumila ikhakhasi nameva. Ngiyakuyala namafu ukuba anganisi phezu kwawo.


Uyakwamukela isibusiso sikaJehova nokulunga kuNkulunkulu wensindiso yakhe.


Lingizingelelani njengoNkulunkulu, lingasuthi ngenyama yami?


Yebo, wathwala usizi lwethu, wathwala usizi lwethu, kepha thina sathi ishaywe, ishaywe nguNkulunkulu, icindezelwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite