Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 69:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngiyatshona odakeni olujulileyo, lapho kungekho khona ukuma; Ngangena emanzini ajulileyo, lapho imisinga yangidla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngishone odakeni lobishi olujulileyo, kungekho kuma; ngingene emanzini alutwa; imisinga iyangicwilisa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Ngibisha obhukwini lodaka, akukho ndawo yokubeka unyawo, ngingene otweni ngathi shi, imisinga iyangisibekela.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 69:2
11 Referans Kwoze  

Wangikhuphula emgodini owesabekayo, odakeni lodaka, wabeka izinyawo zami edwaleni, waqinisa izindlela zami.


Layithela imvula, kwafika izikhukhula, kwavunguza imimoya, yayishaya kuleyo ndlu; kepha kayiwa, ngokuba yayisekelwe phezu kwedwala.


Base bemthatha uJeremiya, bamphonsa emthonjeni kaMalikhiya indodana yenkosi, owawusegcekeni letilongo; bamehlisa uJeremiya ngezindophi. Emthonjeni kwakungekho manzi, kodwa udaka; ngakho uJeremiya wacwila odakeni.


Ngenxa yalokhu bonke abangcwele bayakukhuleka kuwe ngesikhathi sokufunyanwa kwakho; impela, emifuleni yamanzi amaningi abayikusondela kuye.


Futhi bheka, bonke abesifazane abasele endlini yenkosi yakwaJuda bayolethwa ezikhulwini zenkosi yaseBhabhiloni, futhi labo besifazane bayothi: ‘Abangane bakho bakuhlasele futhi bakunqobile; izinyawo zakho zashona odakeni, zabuyela emuva.


Loba ubumnyama ongeke wabubona; futhi amanzi amaningi akusibekele.


Ngehlela phansi kwezintaba; umhlaba nemigoqo yawo wawungizungeza kuze kube phakade; Nokho ukuphakamisile ukuphila kwami ekonakaleni, Jehova Nkulunkulu wami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite