Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 68:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 Mnikeni uNkulunkulu amandla; ukuphakama kwakhe kuphezu kuka-Israyeli, namandla akhe asemafwini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Nikani uNkulunkulu amandla; ubukhosi bakhe buphezu kuka-Israyeli; amandla akhe asemafwini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

34 Nikani uNkulunkulu amandla, ubukhosi bakhe buphezu kuka-Israyeli, amandla akhe asemafini.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 68:34
9 Referans Kwoze  

Ngezwa kungathi izwi lesixuku esikhulu, kungathi izwi lamanzi amaningi, nanjengezwi lokuduma okukhulu, lithi: “Haleluya!


Ngokuba wemukela kuNkulunkulu uBaba udumo nenkazimulo, lapho kufika kuye izwi elinjena, livela enkazimulweni yobukhosi, lithi: Lo uyiNdodana yami ethandekayo engithokozile ngayo.


Dumisani uJehova. Dumisani uNkulunkulu endlini yakhe engcwele, nimdumise emkhathini wamandla akhe.


Akakho onjengoNkulunkulu kaJesuruni, ogibela isibhakabhaka ekusizeni kwakho nokuphakama kwakhe esibhakabhakeni.


UNkulunkulu waphakade uyisiphephelo sakho, futhi ngaphansi kukhona izingalo zaphakade; futhi Uyoxosha isitha phambi kwenu; futhi uzothi: “Babhubhise.”


Izwi likaJehova linamandla; izwi likaJehova ligcwele ubukhosi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite