Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 68:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 Izikhulu ziyakuphuma eGibithe; ITopiya izokwelulela ngokushesha izandla zayo kuNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Izikhulu ziyakuvela eGibithe; amaKushe ayakwelulela ngokushesha izandla zawo kuNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

31 Izikhulu ziyakuvela eGibhithe, amaKhushe ayakwelulela ngokushesha izandla zawo kuNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 68:31
11 Referans Kwoze  

Usho kanje uJehova, uthi: “Umsebenzi waseGibithe nempahla ethengiswayo yaseKushe neyamaSheba, abantu abade, kuyakufika kuwe, kube okwakho; bayakuza emva kwakho; bayakuza kuwe beboshwe ngamaketanga; bayokuncenga bathi: Ngempela, uNkulunkulu ukuwe; futhi akakho omunye, akakho uNkulunkulu.


Ngaphesheya kwemifula yaseKushe, abangincengayo, indodakazi yabahlakazekileyo bami, bayakunikela ngomhlatshelo wami.


Uma sikhohliwe iGama likaNkulunkulu wethu, noma selulele izandla zethu kunkulunkulu wezizweni;


Ngiyazelulela izandla zami kuwe; umphefumulo wami womele wena njengezwe elomileyo. Sela.


Ngiyakwenza isibonakaliso phakathi kwabo, ngibathume abaphunyukileyo kubo ezizweni, eTharishishi, nasePhuli, naseLudi, abansala umnsalo, eThubali naseJavani, eziqhingini ezikude, ezingazange zibe khona. Wezwa amahemuhemu ami, akabonanga inkazimulo yami; bayakumemezela inkazimulo yami phakathi kwezizwe.


Iso lami liyalila ngenxa yosizi: Jehova, ngikhala kuwe usuku lonke, ngizelulela izandla zami kuwe.


USolomoni wema phambi kwe-altare likaJehova phambi kwayo yonke inhlangano yakwa-Israyeli, welulela izandla zakhe ezulwini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite